Abahlupheki nakancane abantu baseZimbabwe - Mugabe

2015-08-25 10:03

Harare – Yize abantu abaningi baseZimbabwe begcina sebeziphilisa ngokudayisa emigwaqeni ngenxa yesimo somnotho esingesihle, uMengameli Robert Mugabe, uthi leliya lizwe alikhungethwe ububha.

UMugabe, obekhuluma emhlanganweni wophiko lwabesifazane kuZanu-PF, uzwakale ephika ukuthi abantu baseZimbabwe babhuqwa yindlala, wathi wanele umhlaba abanikezwa wona ukuba baziphilise.

"Abantu bahluphekiswa yini? Asizange yini sibanikeze umhlaba?” kucashunwa uMugabe, 91, esho.

OLUNYE UDABA: Akekho ozobulawa yindlala eZimbabwe - Mugabe

Ngokombiko weNew Zimbabwe.com, uMugabe usho lokhu ngesikhathi eveza ukungaboni ngasolinye nalowo owayeyinhloko yezombutho wezempi, uSolomon Mujuru, owashona ngesikhathi kuqubuka umlilo emzini wakhe ngo-2011.

UMujuru wayethathwa njengabanye babantu abacebe kakhulu kuleliya lizwe.

Izingqapheli zazithi uMujuru nguye othatha izinqumo kuZanu-PF, kanti wayegqugquzela ukuthi unkosikazi wakhe uJoice Mujuru abe ngumholi wezwe uma sekuphuma uMugabe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.