Abapakishile bazala izingane ezihlakaniphile – Ucwaningo

2015-01-20 14:32
Pennsylvania - Ngokocwaningo lukaSolwazi uWill Lassek wasePittsburgh University, ePennsylvania, sekuvele ukuthi abantu besifazane abanamathanga nezinqe ezinkulu bakhiqiza izingane ezihlakaniphile uma kuqhathaniswa namalamb’edlile.

Kuthiwa imfihlo wuhlobo lwamafutha athukuswa yizinqe, ama-hips namathanga.

“Amafutha akulezi zitho zomzimba angumnyombo wokwakheka kobuchopho bengane,” kucashunwa uLassek esho.

"Kudingeka amafutha amaningi uma kwakhiwa umuntu.

OLUNYE UDABA: Abesifazane bazalwa nodosi lokubhanqa - Ucwaningo

"Esikhathini samanje abesifazane babukeka bekuvumela ukukhuluphala, baze banciphe uma sekufike umntwana,” esho.

Le miphumela iyatholakala nasencwadini kaLassek esihloko sithi Why Women Need Fat.

Omunye ungoti uDavid Bainbridge, nosebenza ngokukhiqizwa kwabantwana, eCambridge University, uthe yingakho abantu besilisa bebathanda abantu besifazane abapakishile.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.