Abantu abafunde ukulawula imizwa yabo - Mbalula

2015-01-21 14:30

Johannesburg - UNgqongqoshe wezemiDlalo uFikile Mbalula ngoLwesithathu unxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuba beseke iBafana Bafana, noma ngabe kunjani, emqhudelwani we-Africa Cup of Nations (Afcon) obanjelwe e-Equatorial Guinea.

"Sinxusa isizwe ukuba siqhubeke nokweseka iqembu. Kuze kube manje iqembu lenze kahle, ngakho akumele sidikibale,” kusho uMbalula eGoli.

Funda nalolu daba: Ngiyalivuma icala - Rantie

IBafana yehluliwe emdlalweni wayo wokuqala kulo mqhudelwani ngoMsombuluko ngemuva kokuhamba phambili ngegoli elilodwa.

Abafana baShakes Mashaba bathola ukugxekwa ngokwehlula kulomdalo ngemuva kokuba isikhathi esiningi bebedlala ibhola elihle.

UMbalula uthi abantu kumele babekezele bafunde nokulawula imizwa yabo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.