Akukaboshwa muntu ngokungqongqiswa kwamatekisi

2015-01-08 13:33

Brits – Akukaboshwa muntu ngokushisw akwamatekisi amane eLethlakaneng ngaseBrits, ngokusho kwamaphoyisa aseNorth West.

Umnikazi wala matekisi uvuswe ngumsindo ngezintatha ngoLwesibili wathi uma ephumela ngaphandle wawafica engqongqa, kusho uSergeant Kealeboga Molale.

OLUNYE UDABA: Basale dengwane kuteleka amatekisi

Imbangela yokushiswa kwala matekisi ayaziwa kodwa amaphoyisa avule icala lokushisa nokulimaza impahla.

UMolale uveze ukuthi amaphoyisa aseqale uphenyo ngalesi sigameko kanti kulindeleke ukuthi kube khona ababoshwayo ngalesi sigameko maduze.



      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.