Akunciphe utshwala, kukhule ucansi - Umbhishobhi

2015-06-05 14:30

Johannesburg - Wonke amadoda ayazifela ngocansi, kanjalo nabesifazane nabo - kepha amadoda amaningi awalutholi ucansi ngoba aphambana nomyalelo kaNkulunkulu.

Amadoda angakwazi ukuthola ucansi oluningi uma engayeka ukucwila ezinkambeni zikaFaro.

Lawa kube ngamazwi ka-Archbishop Phineas Motshoare awasho engqungqutheleni yamadoda ebibanjelwe eGiyani, eLimpopo.

“Ngeke ulindele ukuthi ube nonkosikazi othokozile ekubeni wena ubuya ekhaya udakiwe zonke izinsuku," esho.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ukhala ngesoka elingalwenzi ucansi

“Hlalani emakhaya, nenelise amakhosikazi enu ngokocansi kungenjalo azonishiya ayobheka abanye," kuxwayisa uMotshoare.

Le ngqungquthela ihlelelwe ukudingida izinto eziphathelene nemindeni, ukuhlukumeza ngokocansi, ukudlwengula nokuhlukumeza utshwala nezidakamizwa.

USihlalo weGiyani Traditional Healers uKholichi Makhubele uthe akusizi ukuthi amadoda uma esenezinkinga ayoguqa ezinyangeni.

"Uzosizakala kanjani uma kuvele kunguwena inkinga?"

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.