Akusheshiswe uphenyo ngabasolwa ngokukopela - ANC

2015-01-06 16:02
Johannesburg - I-ANC e-Eastern Cape isiphakamise ukuthi kusheshiswe uphenyo kulandela ukuphuma kwezinsolo zokuthi abafundi bakamatikuletsheni bakopela ngesikhathi bebhala izivivinyo zokuphela konyaka.

"Sinxusa ukuba kusheshiswe uphenyo ukuze luphothulwe kungekudala. Lokhu sikusho phezu kwephuzu lokuthi abafundi abathintekayo bangazitholi sebeyizisulu bagcine bengakwazanga ukufuna izikole nemali yokufunda,” kusho uNobhala we-ANC esifundazweni u-Oscar Mabuyane.

OLUNYE UDABA: Intsha kumele ingene nakwezolimo - IFP

Ememezela imiphumela ngoMsombuluko, uNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga uthe kuphenywa izikhungo zokuhlola ezingu-16 kuleli ngezinsolo zabafundi ababelana "ngembuzi" kubhalwa.

I-Eastern Cape ibe nezikole ezintathu okungaphasanga muntu kuzo yaphinda yaba semsileni ngemiphumela ezweni.

I-African National Congress esifundazweni nokho income isifundazwe ngokukhuphula amasokisi ngo-0.5% kulo nyaka.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.