Amanyala edansisa amaxoxo afile

2015-01-14 09:32
Los Angeles - Sonke siyazi ukuthi kukhona abantu abadla amaselesele  kodwa wake wakucabanga ukuwadansisa ngemuva kokuwabulala?

Empeleni uwadansise imilenze kuphela, usuyihlukanisile nemizimba yawo?

Umlisa mumbe usezijabulisa ngokuthi adansise amaselesele akhe ngaphambi kokuthi awapheke, ngemuva kokuwahlinza, uwafaka usawoti bese enyakaza wena owabona ixoxo liphila, kubhala abeHuffington Post.

Ngokusho kukadokotela u-Adam Ruben, umzimba weselesele uyafana nowomuntu, uyakwazi ukusebenza noma umphefumulo usuphumile.


"Uma usushonile kunamamasela aqhubekayo asebenze amasonto ambalwa. Neselesele nalo linjalo," kuchaza uRuben othi usawoti unyakazisa imizwa bese imilenze inyakaza.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.