Amaphoyisa abophe abafundi ephathini yabanqunu

2015-06-01 08:07

Harare – Kuboshwe abafundi bamabanga aphakeme abangu-30 ngezinsolo zokuhambela iphathi yabanqunu (nude party)  eWestgate eHarare  ngokusho kombiko. 

Ngokubika kweMyZimbabwe izithombe zalaba bafundi iningi labo ebelingaphansi kweminyaka engu-16 ubudala zisabalale ezinkundleni zokuxhumana njengoba beboshwe ngoLwesihlanu.  

Kubikwa ukuthi izithombe zikhombisa laba bafundi begqoka izikhindi zangaphansi nkanti begqoke imifaniswano yesikole.

Ezinye zalezi zithombe zikhombisa namakhondomu asebenzile namabhodlela katshwala egcekeni lomuzi obekwenzelwe lo mcimbi.

OLUNYE UDABA: Kushone 7 kuqhuma amabhomu ngaphambi komshado

Amaphoyisa agasele kulo muzi usaqhubeka umcimbi afica la mabhungu  esabhuiyoza kulo mcimbi awathatha awavalela esiteshini samaphoyisa iMablereign.  

Kuphoqeleke ukuthi kuze kubizwe abazali bawo ukuzowalanda.   

“La mabhungu avumile ukuthi abehelel lo mcimbi wokubanqunu kanti aphinde aveza ukuthi abengaqali ukuhlela umcimbi walolu hlobo.

Wonke umuntu obemenyiwe bekumele abenqunu.

Kunezinsolo zokuthi bebezophinde bazimbandakanye ngokocansi kuwona lo mcimbi,” kusho umthombo.  

Kubikwa ukuthi umnikazi walo muzi akahlali kuwona njengoba engusomabhizinisi ohambela amazwe kanti umuntu owugadile uvamise ukuqashisa ngawo uma kunemicimbi.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.