Amaphoyisa ashaqe impahla ka-R3 million

2015-01-14 13:31
Johannesburg - Kuboshwe amadoda amabili ngemuva kokutholakala nempahla eyebiwe engabiza imali engango-R3 million eBenoni e-East Rand, kusho amaphoyisa aseKurhuleni ngoLwesithathu.

Ngemuva kokuncinzwa indlebe amaphoyisa athole iveni egcwele iziphuzo zeRed Bull ngoLwesibili ntambama, kusho okhulumela amaphoyisa uChief Superintendent Wilfred Kgasago.

La madoda womabili eneminyaka engu-34 nena-36 ubudala adabuka kwelase-Ethiopia ahlulekile ukukhipha iziliphu zempahla.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ababili ngemali yomkokotelo

Uphenyo luveze ukuthi lezi ziphuzo zebiwe ngesikhathi kuphangwa kwenye inkampani eseGermiston ngempelasonto.

Laba bobabili kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseBenoni maduze ngecala lokutholakala nempahla eyebiwe.

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.