Angase ajoyine elaseBotswana obegijima kwiPSL

2015-07-27 14:33

Johannesburg – Owayengumdlali weChippa United uMkhanyiseli Siwahla angase ajoyine iqembu eligijima kwiBotswana Premier League iMochudi Centre Chiefs.

USiwahla ongumdlali wasesiswini owashiya amaChilli Boys esikhathini esingangonyaka esedlule, uzama inhlanhla kuleli qembu elizinze eGaborone nomunye umdlali owayegijisma kwiPlatinum Stars uPatrick Kaunda.  

USiwahla oneminyaka engu-26 ubudala kubikwa ukuthi uzijabulisile izikhulu zaleli qembu ngokusho komkhulumeli waleli qembu uClifford Mogomotsi.

OLUNYE UDABA:Izocaca uma esetheleke kuleli ekaMatlaba

“Wenza kahle kakhulu kanti neqembu lijabule kakhulu ngaye,” kusho uMogomotsi etshela iKickOff.

“Sziodlala umqhudelwano kule mpelasonto kanti kuzothi uma uphela iqembu lizobe selikulungele ukuthatha isinqumo ngaye.

Okwamanje maningi amathuba okuthi angagcina esayinile neqembu njengoba ebenza kahle kakhulu.”

UMogomotsi nakuba engafunanga ukuchaza kabanzi ngesimo sikaKaunda kodwa ukuqinisekisile ukuthi ungomunye wabadlali abazilolonga neqembu.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.