Aphume phambili amadoda angu-26 aboshelwa ubutabane

2015-01-12 18:31

Cairo – Inkantolo yaseGibhithe ikhiphe phambili amadoda angu-26 aboshwa ngemuva kokuzimbandakanya ngocansi lwezitabane eCairo nokuyisagameko esasusa umsindo kulabo abalwela amalungelo abantu.

La madoda aboshwa ngomhlaka 7 kuDisemba endaweni ebizwa ngeAzbakeya khona eCairo.

Kubikwa ukuthi amaphoyisa agasela lapho la madoda ayezivalele khona ngenhloso yokulwisana nobutabane kuleli lizwe.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe amadoda angu-26 ngobutabane eGibhithe

Umthetho-sisekelo waseGibhithe awulwisani nobutabane kodwa phambilini abantu abaphila le mpilo bebeboshwa bathweswe amacala okungaziphathi kahle.  

Ummeli obemele amadoda angu-14 kulawa u-Ahmed Hossan uthe ekugcineni inkantolo yaseGibhithe ikhiphe isinqumo esihambisana nomthetho sisekelo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.