Asezokhishwa ngamaphoyisa amahlongandlebe ePhalamende

2015-07-22 07:09

Johannesburg - Amaphoyisa asezovunyelwa ukuba akhiphe amalungu angaziphathi kahle ePhalamende.

Lokhu amaqembu avumelane ngakho ngesikhathi kuhleli ikomidi lemithetho yePhalamende.

Leli komidi beliphothula iziphakamiso ngezinguquko emithethweni yePhalamende ngenhloso yokuqinisa amandla kaSomlomo, kanye nokuqhamuka nezindlela ezintsha zokukhipha amalungu ePhalamende angaziphathi kahle.

Funda nalolu daba: Amaphoyisa aphuce abashayeli amaselula angu-10 000

Lokhu kungemuva kokuphazanyiswa kwePhalamende ngesikhathi uMengameli uJacob Zuma ezophendula imibuzo, kubika iSABC.

Usihlalo wekomidi, uRichard Mdakane, uthi, “Siyajabula manje ngokuthi sizoba nabezokuphepha abazosebenza uma kunabantu abangafuni ukulalela uma becelwa ukuba baphume ePhalamende. Siyajabula futhi ngoba abezokuphepha bazongena uma impilo yabantu isengozini.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
7 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.