Asimkhohlwa emikhulekweni yethu uMalema, kusho o-anti bakhe

2015-08-04 12:35

Polokwane - O-anti bomholi we-EFF uJulius Malema bathi bayamkhulekela, bakusho lokhu betshela izintatheli ngaphandle kweNkantolo eNkulu yasePolokwane ngoLwesibili ekuseni.

"Asinalo uvalo, akaze abe futhi akaze abulale muntu.

Silindele noma yini kodwa okubalulekile ukuthi asithukile," kusho u-anti wakhe u-Annie Phaleng. Omunye u-anti wakhe, uNurse Malema, uthe bayambeka emthandazweni uMalema.

OLUNYE UDABA: Zibanjiwe izibvoshwa ezinhlanu kweziyisithupha ezeqile

"Silokhu simthwale njalo ngomthandazo futhi asithukile," esho.

"Ngokwazi kwethu, leli cala kumele liphele. Sihlala noNkulunkulu ngaso sonke isikhathi, sihlezi sikhuleka," esho.

Lo mholi we-Economic Freedom Fighters nasolwa nabo, abaqondisi be-On-Point Engineering oKagisho Dichabe noLesiba Gwangwa, babhekene namacala enkohlakalo nokukhwabanisa.

Ngokwemiqulu esenkantolo, uMalema usolwa ngokusebenzisana noGwangwa., kanti kuthiwa isikhwama sakhe iRatanang Family Trust sinamasheya kwa-On-Point Engineering.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.