Awekho akhombisa intshisekelo kuMabizela

2015-07-24 18:26

Durban – Kusalindeleke ukuthi ezwe ngekusasa lakhe umdlali wasemuza uMbulelo “Old John” Mabizela ngemuva kokulaxaza iqembu elagawulwa yizembe AmaZulu sekuphele inkontileka yakhe.

Lesi siqongqwane esineminyaka engu-34 ubudala sidlale ibhola elisezingeni eliphezulu ngesikhathi leli qembu lizama ukuvika izembe ngesizini edlule ka-2014/15 waphinde wakwazi nokushaya amagoli amagoli amane abalulekile.

Nakuba kunjalo leli qembu lihlulekile ukuvika izembe.

Lo mdlali oke wagijima kwiBafana Bafana ubezimisele ukuya naleli qembu ehlathini kodwa Usuthu lwaqoka ukungayivuseleli inkontielaka yakhe.

OLUNYE UDABA:Elase-Israel ligaqele ongavumelananga neChiefs

Umphathi wezindaba zakhe uMike Makaab utshele iKickOff ukuthi akakezwa lutho oluphathekayo ngalo mdlalo nakuba eke waxhuamana namaqembu ahlukene mayelana naye njengoba engenalo iqembu agijima kulona.

“Okwamanje akukho okusashintshile njengoba esazilolonga yedwa,” kusho uMakaab.

UMabizela uphume nenqwaba yabadlali kuMaZulu njengoba phakathi kwabadlali abashiye leli qembu kubalwa uBongani Ndulula, uPhilani Shange, Nkosinathi Mthiyane, Willem Mwedihanga, Rizaigh Gamildien noNhlanhla Shabalala.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.