Ayanda amacala 'kamalugaju' waseKapa

2015-01-20 11:01

Cape Town - Kubukeka sengathi owesifazane oneminyaka engu-22 naye uyisisulu sesikhombisa kosolwa ngokuba umalugaju.

Lo msolwa usolwa ngokulahla izidumbu zabesifazane ezingu-6 esigangeni ngasesiteshini sezitimela eCentury City.

USinazo Ntlaka waseCrossroads eduzane naseKapa waduka ngomhlaka-6 Januwari, kubika iDie Burger.

U-anti wakhe uNokubonga Xhongo uthe amaphoyisa atshele abomndeni ukuthi kutholakale amakhadi kaNtlaka asebhange nomfaniswano wakhe wasemsebenzini emzini womsolwa obandakanyekayo kulamacala okubulala.

UNtlaka ubesebenza kwaMcDonald oseDurbanville kanti ubefunda eNorthlink College, ngokusho kwabeDie Son.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo umalugaju waseKapa

Umsolwa uvele enkantolo ngoMsombuluko ngamacala okuphanga nokudlwengula okusolwa ukuthi enzeka ngoFebhuwari ku-2013.

Le ndoda iboshwe ngoJanuwari ngemuva kokuba isebenzise iselula sesinye sezisulu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.