Ayangijabulisa kakhulu amagoli - Komphela

2015-08-23 09:37

Johannesburg - Akusikhathi esingakanani umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela ubekhala ngamagoli - kepha manje usemamatheka yedwa kulandela ukumbozela ngamagoli iFree State Stars.

Amakhosi anenebule iStars ngo 4-0 kowe-Absa Premiership obuse-FNB Stadium, kubika iKickOff.com.

Igoli eligqamile kakhulu kube yimbumbulu kaSiphiwe Tshabalala, okuyigoli uKomphela alichaze "njengelingefaniswe" wathi akungabazeki ukuthi lizobe lincintisana namanye kweyeGoal of the Season.

OLUNYE UDABA: Kubalulekile ukuthi ngibakhulule abadlali - Komphela

“Sesibone amagoli amahle kakhulu isizini isanda kuqala nje, angazi ukuthi kwenzakalani kwi-PSL, kepha inika umdlandla," kusho uKomphela.

UKomphela uthi kusebenzile ukuthi abadlali bakhe batatazelise udonga lweStars ngoba lugcine selwenza amaphutha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.