Azinazo izitifiketi zokuzalwa ezazalelwa ekhaya

2015-08-17 14:35

Johannesburg - Omdala uneminyaka engu-18 ubudala kanti omncane uneminyaka emine ubudala futhi bonke bazalelelwa emjondolo wabazali babo.

Njengamanje omakhelwane bakhathazekile ngekusasa lalezi zingane njengoba zingafundi.

Ubaba uMbhazima Vukeya, 48, wasemjondolo yaseThembelihle, eLenasia uqinisekise ukuthi zonke izingane zakhe zazalelwa endlini.

“Sasihlele ukuyokwenza izitifiketi zokuzalwa kwabantwana kodwa ngeshwa kwavele kwadlula unkosikazi wami emhlabeni ngaphambi kokuba siyozenza.”

OLUNYE UDABA: Bazozisola abangazithatheli izingane izitifiketi

UMbhazima unovala lokuthi uzozishiya emhlabeni izingane zakhe zingenazo izitifiketi.

“Izikole azibathathi abangenazo izitifiketi zokuzalwa, kubika iDaily Sun.

“Zehla zenyuka emini ngesikhathi ontanga bazo besezikoleni,” kusho umholi womphakathi uPhindi Mcekana.

“Lolu daba saludlulisela kwabezenhlalakahle kanti sinethemba lokuthi bazosizakala,” kuqhuba uMcekana.

Okhulumela aboMnyango wezasekhaya uMayihlome Tshwete uthe lezi zingane kufanele ziye emahhovisini omnyango endaweni ziyofaka izicelo zezitifiketi zokuzalwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.