Baboshiwe abashaye ‘obebukeka njengestabane’

2015-08-14 10:02

Rabat – Inkantolo yaseMorocco isigwebe amadoda amabili izinyanga ezine ebhadla ejele kulandela ukushaya owesilisa ababemsola ngokuba yisitabane ngenxa yendlela abukeka ngayo.

Lesi sinqumo sikhishwe yinkantolo edolobheni iFez lapho isixuku sentsha eyayivutha ingabaselwe yashaya khona owesilisa ngoJulayi, imsola ngokuba yisitabane.

UMustapha Jebbour, weMoroccan Association of Human Rights, uthe laba bobabili bayalelwe ukuba bakhokhe nenhlawulo yemali ebalelwa ku-R700.

OLUNYE UDABA: Isangoma sixwayisa isitabane

La madoda aboshwa ngemuva kokuthi i-website ethile ifake i-video kushaywa isisulu.

Kule video kubonakala isisulu siquleka ngenxa yokushaywa kanzima ngamanqindi yisixuku.

Kuze kulamule ukufika kwephoyisa likhiphe isibhamu, ukuze kuhlakazeke abahlaseli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.