Badele imvula bayovota eZambia

2015-01-20 14:32

Lusaka – Izikhungo zokuvota zivuliwe ngoLwesibili ezweni laseZambia okhethweni lwesikamengameli olubhekwe ngabomvu kulandela umbango obekhona eqenjini elibusayo ngemuva kokushona kobengumengemali uMichael Santa ngonyala odlule.

Funda nalolu daba:  UMengameli uxoshe ungqongqoshe wezobulungiswa.

Babili abantu ababhekwe kulolu khetho, uNgqongqoshe wezokuVikela u-Edgar Lungu, 58, omele iqembu elibusayo iPatriotic Front (PF), kanye noweqembu eliphikisayo, le-United Party for National Development (UPND), uHakainde Hichilema, 52.

Iqembu likaLungu lafaka intela ngoJanuwari kanti iqembu likaHichilema lona lithembisa ngokuyisusa.

Abantu babonakale bebambe olayini ekuseni nakuba imvula ibiyidliva futhi amakhaza edla lubi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.