Bakhala ngomama obashaya ababhangqe noyise uma ephuzile

2015-06-22 11:27

Bulawayo - Owesifazane wakwaBulawayo ubuye ekhaya ecwile ezinkambeni zikaFaro ngesonto eledlule washaya umyeni wakhe ogulayo nezingane wase ebafihlela ukudla.

UGreater Chitengu, 43, kuthiwa uwujwayele lo mkhuba wakhe wokushaya umyeni wakhe uMulenga Ncube, 63, uma eqhuba imbuzi.

Lokhu kuvezwe yindodakazi yakhe uNompumelelo Ncube, 25, ngaphambi kweMantshi u-Evelyn Mashavakure, efuna incwadi yesivimbezelo kumama wakhe, kubika iBulawayo24.

Utshele inkantolo ukuthi uma uChitengu ethintile uba ngumuntu onolaka.

OLUNYE UDABA: Uzohlala ejele ovele enkantolo ephuzile

"Ungumama wethu impela kepha akasiphathisi okwezingane zakhe. Uyasishaya njalo uma ebuye ekhaya edakiwe aze aphakamisele nobaba isandla.

"Ubaba wethu unesifo sohlangothi ngakho akakwazi ukuziphindiselela. Umndeni wethu uphatheke kabi ngesenzo sakhe - akusekho ukuthula ekhaya.

"Uma ekhona ekhaya uziphekela yena yedwa thina sibulawe yindlala."

UChitenga uyiphikile eyokushaya umndeni wakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.