Bakhumelene umlotha omrepha bodumo kuleli

2014-12-26 13:37

Johannesburg – Sebekhumelene umlotha abaculi bakuleli beHip Hop abebengasebhekani uCassper Nyovest no-AKA.

Ngokubika kweDrum labo  mrepha abayizntandokazi kuleli babakwenze lokhu ngesikhathi esifanele ukunikeza abalandeli babo isipho sikaKhisimusi ngemuva kwesikhathi eside beyinkuphu nempaka.

OLUNYE UDABA: U-AKA uphawula ngoluthinta uCassper Nyovest

Labo mrepha bafake enkundleni yokuxhumana iTwitter isithombe sabo bemi ndawonye phambi kweswimming poll base bfaka nombhalo othi:  

“#Squashed. Merry Christmas.”

Lokhu kusho kushiye abalandela balaba baculi benethemba lokuthi kungenzeka maduze bahlanganise ingoma ndawonye nokuyinto engathokozelwa ngabaningi kulo mkhakha.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.