Bangase badlele uKhisimusi ebumnyameni eTshwane

2014-12-24 15:03

Johannesburg - Abahlali baseMamelodi, bangase badlele uKhisimusi ebumnyameni, kusho uMasipala waseTshwane.

"Ngezintatha ngoLwesithathu, kube nokuphazamiseka kwezintambo zikagesi ngemuva kokwebiwa kwamakhebula," kusho okhulumela umasipala uSelby Bokaba.

"Ochwepheshe bethu bayazama ukuhlanganisa izinto, kubuyiswe ugesi. Umsebenzi usuwonke ungase uthathe amahora angu-48." 

Izindawo eziphazamisekile, kubalwa iMamelodi West C1, kuyam ku-C5, ise-B1, B2, B3 kanjalo nase-A5, Sunvalley, Denneboom naseKinsley Hostel.

UBokaba uthi ukwebiwa kwamakhebula kuhlukumeza abahlali.

"Siyacela amalungu omphakathi ahlale njalo evule amehlo, abheke izenzo ezisolisayo."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.