Bangu-100 okungenzeka ukuba bacwile nesikebhe

2015-01-15 13:31

Bangui – Balinganiselwa kwabangu-100 abantu okuthiwa kungenzeka ukuba bacwile eCentral African Republic ngemuva kokuba kuqubuke umlilo esikebheni sabesesicwila emfuleni ngasekuqaleni kwesonto, kusho izikhulu ngoLwesine.

Isehlakalo senzeke ngoMsombuluko, kanti isikebhe besithwele abantu abalinganiselwa kwabangu-100 sisuka enhlokodobha eBangui emfuleni i-Oubangui River.

Funda nalolu daba: UMengameli uzokwenza indumezulu yephathi.

Kuqhume injini yesikebhe kwaqubuka umlilo obhebhetheke ngokushesha isikebhe sonke, nokwenze abagibeli bagxumela emanzini ngenxa yokwesaba, kusho isikhulu sitshela abe-AFP.



 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.