Baphawula ngesikwati sikaShakes Mashaba se-Afcon

2014-12-19 07:38
Cape Town -  UShakes Mashaba usememezele isikwati sakhe sesikhashana azokhetha kusona azohamba nabo ukuyodlala kweye-Afcon.

Ngabe kwenzeke njengokuba ubulindele, kuthini ukuphawula kwakho?

Onozinti: Darren Keet, Jackson Mabokgwane, Siyabonga Mpontshane, Brilliant Khuzayo

Abasemuva: Siyabonga Nhlapo, Patrick Phungwayo, Anele Ngconcga, Ntsikelelo Nyauza, Kwanda Mngonyama, Thulani Hlatshwayo, Erick Mathoho, R ivaldo Coetzee, Thabo Matlaba, Mzikayise Mashaba

Abasesiswini: Themba Zwane, Andile Jali, Asavele Mbekile, Vuyisile Wana, Jabulani Shongwe, Reneilwe Letsholonyane, Bongani Zungu, Thamsanqa Sangweni, Dean Furman, Sibusiso Vilakazi, Oupa Manyisa, Mondi Cele, Mandla Masango, Thulani Serero, Thuso Phala

Abagadli: Ayanda Patosi, Bernard Parker, David Zulu, Tokelo Rantie, Bongani Ndulula

Baphawule kanje:

UQinih Papah Kwadwo Ndlela uthe: Sihle isikwati kodwa ngiyakhala ngokungabizwa kukaMajoro NoMashamaite emva kokuba benza kahle kakhulu.

UNcediswa Mkhulisi uthe: UMashaba wazikancono njengoba engumqeqeshi, okwethu ukumeseka.
ULindiwe Octav uthe: Siyabonga sibafisela inhlanhla.

UMlungisi Geda uthe: Yebo wenze ngendlela ebengilindele ngayo, ukuthy akhethe abadlali aziyo ukuthy bazomusiza bamulalele. Ngiyakweseka mqeqesh wethu Shakes nabadlali bakho!!

UPienaar Xolani uthe: Angikhali ngalutho la sobona masehlungile.




Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter












NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.