Baphawula ngowafa waphinde wavuka

2015-07-31 13:33
Durban - AbeKwasaBreakfastShow, kuVuma FM bakhulume noMrs Mkhize owafa waphinde wavuka!

UMrs Mkhize ngowasendaweni yaseCato Manor ngaseMayville.

Lo mama uthi usebhekene nobunzima izikhawu eziningi empilweni yakhe.

Uthi wabona ingelosi elele esibhedlela ngemuva kokugula ngenxa ye-Appendix.

Ebuzwa ukuthi yini eyenza ukuba abone ukuthi akasekho emhlabeni uthe: " Ngangingezwa lutho kodwa kwakumnyama thu, kungathi ngisemgodini, kulo mgodi ngabona ifu elimhlophe phezu kwami, ngavula amehlo, ngaqalaza...odokotela bathuka isimanga ngoba babecabanga ukuthi angisekho."

Kuthini ukuphawula kwakho ngodaba lukaMama uMkhize?

Baphawule kanje abafundi:

Sbusiso Bamudlabonke Makhoba Wayebheme kahle ke lomama ugwayi umqambisa amanga

Melakude Andrias Mvula Ungazibona kanjani ukuthi ufile, singazodlala abantu lana befuna udumo.

Jabulile Zama umuthi okulalisayo uma uyokwenza ioperation (anaesthetic)yayingakapheli egazin lakhe and umzimba wakhe uyaphuza ukuqeda amadrugs egazini.

Siphephile Purity aw mama zithini ingane zakho mawkhuluma iswineflue kanje ?

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
3 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.