Basinde ngokulambisa abagqoma umgwaqo eThekwini

2015-07-28 18:21

Durban - Asinde ngokulambisa amadoda agqoma umgwaqo ngesikhathi embozeleka ngaphansi kodaka nomhlabathi ngesikhathi emba umsele eMount Moriah, ngaseThekwini, ngoLwesibili.

Kuthiwa la madoda abeyingxenye yabebemba umsele okuzofakwa kuwo ipayipi lamanzi ngesikhathi kuwa udonga, lwababhangqa nale nguzunga yepayipi.

Owe-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesehlakalo behambisana namaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Kulimale abasebenzi bewela emhhumeni

"Ngenxa yezimvula ezinamandla kulindelekile ukuthi umhlabathi usinde futhi ungami ndawonye. La madoda abephakathi emseleni ngesikhathi kubihlika umhlabathi nodaka kubambozela."

UHerbst uthe abezimo eziphuthumayo kudingeke ukuthi basebenzise izandla zabo ukumba la madoda abesenkingeni.

Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.