Bavaliwe ekushayeleni izimoto abazishintsha ubulili

2015-01-09 18:45

Moscow – Kuphasiswe umthetho omusho wezomgwaqo eRussia njengoba bengeke besavunyelwa ukushayela izimoto abantu abazishintsha ubulili.

Kubikwa ukuthi lo mthetho omusha usuthole ukugxekwa yizishoshovu ezilwela amalungelo ezitabane njengoba bewubona njengocwasayo.  

Uhulumeni kubikwa ukuthi ubale izinto eziningi ezihambisana nesimo sempilo yomuntu ozishintshe ubulili.

OLUNYE UDABA: 'Zingathandana esithe izitabane'

Phakathi kwezinto ezibalwa uhulumeni waseRussia wukuthi umuntu ozishintshe ubulili unenkinga engqondweni yakhe nangendlela aziphatha ngayo emphakathini.

Kuthiwa kuningi okungahambi kahle engqondweni yomuntu ozishintshe ubulili nokwenza kubenzima ukuthi akwazi ukushayela njengoba ephazamiseka kakhulu.

Ngokombiko  ukushayela komuntu ozishintshe ubulili kungabeka engcupheni impilo yabanye abasheyeli bezimoto. 

Inhlangano elwela amalungelo abantu iHuman Rights First ichaze lo mthetho njengonengcindezelo futhi ocwasayo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.