Bayafihlwa abashona engozini yetekisi KwaDukuza

2015-08-22 09:11

Durban - Imindeni yalabo abashona engozini yetekisi enyantisa igazi eShaka's Head, kwashona abantu abangu-16, izobafihla kule mpelasonto, kusho umbiko.

Leli tekisi lakhalakathela kujantshi wesitimela ngoMsombuluko - ngaphambi kokuthi ishayiswe isitimela.

Eminye imindeni iyangcwaba namhlanje kanti eminye izofihla ngeSonto.

Inkonzo yesikhumbuzo yabashonile ibibanjelwe KwaDukuza kuleli sonto.

OLUNYE UDABA: Kushone 2 engozini yomgwaqo

UJoel Ntuli - oshonelwe ngumshana wakhe kule ngozi - utshele iNewswatch ukuthi kuyadabukisa ukuthi umshayeli akazange azihloniphe izimpawu zomgwaqo.

URobert Mhlongo - oshonelwe ngumfowabo uKhulekani Dludla kule ngozi - uthi abamsoli umshayeli ngoba abacabangi ukuthi okwenzeka kwaba amabomu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.