Bayavela abasolwa ngokubulala oyi-albino

2015-08-25 12:32

Durban - Umphakathi ulindeleke ukuba ubhikishe ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseManguzi enyakatho neKZN namuhla lapho okuzovela khona abantu abane abasolwa ngokubulala owesifazane oyisiphiwo.

AbeManguzi Policing Forum bathe idolobha luvutha lingabaselwe kulandela isigameko.

Kulindeleke ukuba amalungu aphezulu emahhovivisini kahulumei wujoyine lo mbikisho.

OLUNYE UDABA:  Izinkumbi zizobhikisha enkantolo kwelokubulala i-albino

UThandazile Mpunzi waduka isonto elilodwa ngaphambi kokuba atholakale eseyisidumbu ethuneni elingashoni.

Abantu abathathu abahola amaphoyisa kuyiwa kuleli thuna. Kwaphinde kwaboshwa nomelaphi wesintu.

USihlalo weCPF uWelcome Msweli uthe lolu hlobo lokuziphatha alwamukelekile emphakathini, kubika iNewswatch.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.