Bazofaka esebheyili abapenda owokufika eKZN

2015-01-22 07:03

Johannebsurg - Abalisa ababili abathweswe icala lokuzama ukubulala umlisa waseMalawi owafuthwa ngopende wezimoto waphinde washaywa, kulindeleke bafake isicelo sebheyili eNkantolo yeMantshi eMgungundlovu ngoLwesine.

UShadrack Wayne Naidoo, 28, no-Avikar Lutchman, 27, basolwa ngokushaya kanye nokuzama ukubulala uBilaz Asan ngoJanuwari 7.

U-Asan kuthiwa washaywa kusetshenziswa izimbazo kanye namanye amathuluzi, wakhunyulwa wasala ngeyesele ngemuva kwalokho wafuthwa ngopende wezimoto omhlophe.

Funda nalolu daba: Kumenele ozokhele ngoMlilo phambi kwamaphoyisa.

Iphephandaba iThe Star libike ukuthi wayesebenza njengomsizi kamakhenikha kanti uLutchman wayeyikhasimende likamakhenikha elalikhala ngokuthi alinakwanga ngendlela efanele.

U-Asan waphuthunyiswa esibhedlela iNorthdale Hospital ngemuva kokuba upende usuwomele emzimbeni wakhe, usuvale ngisho nomlomo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.