Bazovela enkantolo abangu-10 ababoshwe nezibhamu

2014-12-19 07:08
Johannesburg – Kulindeleke ukuthi avele enkantolo amadoda ayishumi atholakale nezibhamu ngaphandle kwezimvume eBraamfontien ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

Amaphoyisa abophe amadoda angu-10 eBraamfontein atholakale nezibhamu ngokungemthetho ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

Kubikwa ukuthi ngesikhathi amaphoyisa ezungeza ahlangabezane netekisi yohlobo lweToyota Quantum yabe eseyimisa.

“Ngesikhathi amaphoyisa eyibheka ngaphakathi athole izibhamu ezingu-14.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa ngezinsolo zokubamba inkunzi

La madoda abephakathi kule tekisi abengenazo izimvume zokuphatha izibhamu abe eseyaboshwa.

Athweswe amacala okuphatha izibhamu ngaphandle kwezimvume,” kusho uKhomishana wamaphoyisa eGauteng uLt-Gen Lesetja Mothiba.

Uthe lezi zibhalwa zizohanjiswa ziyohlolwa ukuthi azithinteki yini ebugebengwini. Kubikwa ukuthi la madoda angawaseGauteng naKwaZulu Natal aneminyaka ephakathi kuka-25 no-48.   

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.