Charlie Hebdo: Iphephandaba lixolisile

2015-01-15 11:02

Johannesburg - Iphephandaba iThe Citizen selixolise kubafundi balo ngemuva kokushicilela isithombe esidwetshiwe soMprofethi uMuhammad, esifana ncamashi naleso esashicilelwa yiphephabhuku laseFrance iCharlie Hebdo.

"Bekungekho zinhloso zochuku," kusho umhleli wephephandaba uSteven Motale.

"Siyazi ukuthi ukusetshenziswa kwesithombe soMprofethi uMuhammad, akuvumelekile kwabenkolo yamaSulumane. Siyaxolisa." 

UMotale uthi bamukele izikhalazo kubantu abaningi ebebefuna iphephandaba lixolise. 

NgoLwesine iphephandaba likhiphe isixoliso ngalesi sithombe.

"IThe Citizen ayisoze yachukuluza abantu ngenhloso okanye kuchukuluzwe inkolo. Siyakugxeka nokho ukubulala okwenzeka ephaphabhukwini iCharlie Hebdo."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.