Elakuleli ligxeke isenzo seBoko Haram

2015-01-09 18:34
Johannesburg - Uhulumeni waseNingizimu Afrika ujoyine amazwe omhlaba ekugxekeni isenzo sokuhlasela esihambisane nokuchitheka kwegazi esenziwe yiBoko Haram ezigodini ezingu-16 eNigeria.

UMnyango wezokuXhumana kwamaZwe uthe ukuhlaselwa kwabantu abangenacala kuyaphamana namalungelo abantu.

"Uhuluemni wethu uyazigxeka izenzo zobushokobezi, ikakhulukazi ezalolu hlobo,” kusho okhulumela uMnyango uClayson Monyela esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Azobulawa amasosha anqaba ukulwa nabeBoko Haram

IBoko Haram inezinhloso zokwakha isifunda samaSulumane enyakatho neNigeria.

Uhulumeni waseNingizimu Afrika ube usukhalisana nabalahlekelwe yizihlobo kuleliya lizwe eliseNtshonalanga ne-Afrika.

Akucaci kahle ukuthi bangakhi abantu ababulewe kulokhu kuhlasela.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.