Elinye ifu elimnyama emndenini kaShoes

2015-07-20 13:33

Johannesburg - Ishone engozini yemoto indodana yongasekho emhlabeni owayegijima neBafana Bafana neKaizer Chiefs uJohn 'Shoes' Mosheu, uJermaine Moshoeu ngempelasonto, kubika abezindaba.

Okhulumela abomndeni, uBessie Moche uqinisekise kwabe-SA Breaking News ukuthi uJermaine , umzala wakhe ongadalulwanga igamas nabangani bakhe abathathu bonke bashe banqongqa engozini yemoto.

UMoche uphinde wathi abomndeni abakazi namanje ukuthi  bebephuma kuphi futhi belibangise kuphi ngesikhathi kwehla ingozi.

OLUNYE UDABA: Ilangabi lomlilo engozoni yetekisi

Ngokombiko uJermaine nabanye abane bashone ngoLwesihlanu ekuseni kanti kusolwa ukuthi wahluleka ukulawula imoto yohlobo lwe-VW Polo GTi eNasrec ngaphandle kwaseSoweto, eGoli.

Amalungiselelo okubafihla abengaka qinisekisiwe ngesikhathi sokushicilelwa.

UMoshoeu washona ezinyangeni ezintathu ezedlule ngenxa yesifo somdlavuza.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.