Esinye isihlabani sase-US kowama-SATY

2015-08-11 12:30

Johannesburg – Sizonandisa eMzasi isihlabani sasephesheya kwezilwandle e-United States uChristina Aguillera njengoba kumenyezelwe ukuthi uzonandisa emcimbini wemiklomelo obizwa nge-ANN7 South African of the Year Awards.

Ngokuboka kweChannel 24 kumezelwe ngoLwesibili ukuthi lesi sihlabani sizonandisa kulo mcimbi ozobe usuwenzeka okwesibili ngmhlaka 17 ku-Okthoba.

U-Aguillera uzoshiyelana inkundla nabanye abaculi kulo mcimbi okubalwa kubo umkhaya wakhe uJason Derulo, AKA, The Soil, ChianoSky nabanye.

OLUNYE UDABA: Uyaqhubeka nokwethula ubufakazi u-DJ kwelokubulala

Lo mcimbi wokuhlonipha abantu abenza kahle emikhakheni eyahlukene eNingizmu Afrika uzobanjelwa eTicketpro Dome ebiyaziwa ngeCoca-cola Dome eNorthgate eGoli.

UMoegsien Williamms oyi-Editor-in-Chiefs kwi-ANN7 uthe ukuthola umculi osezingeni lika-Aguillera kulo mcimbi kube yinto enkulu kakhlu kubona.

“Lo mcimbi sihlose ukuthi uqhubeke nokukhula futhi ube sezingeni eliphezulu ngasosonke isikhathi.

Siyaziqhenya ngokuthi sikwazile ukuthola umculi wodumo uChristina Aguillera,” esho.

Ngonyaka owedlule umklomelo omkhulu weSouth African of the Year watholwa nguMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.