Ezibuhlungu kwabesifazane abahlela umndeni

2015-01-13 09:35

Johannesburg - Abesifazane abahlela umndeni besebenzisa uhlelo lwe-Implanon bangase bazithola begonile uma bedla imishanguzo ethize yesifo sofuba kanjalo neyokuthiba igciwane legculaza

Ngokusho koMnyango wezeMpilo, i-Implanon NXT, ingase ingasebenzi ngendlela uma owesifazane oyifakile edla eminye yemishanguzo eyelapha i-TB ne-HIV, kubhala abezindaba zeTimesLive.

Umbiko ukhishwe udokotela uYogan Pillay, ongumqondisi omkhulu eMnyangweni i-HIV/Aids, TB and Maternal, Child and Women's Health.

Funda nalolu daba:Izibalo zithi baningi abathathwa yi-HIV kuleli

Bangaphezu kuka-500 000 abesifazane abasebenzisa lolu hlelo lokuvimba ukukhulelwa, umbiko uyanxusa ukuthi balushintshe uma bedla imishanguzo.

Bangaphezu kuka-2.7million abantu bakuleli abadla imishanguzo yegciwane lengculaza.

I-Implanon wuthi olulingana nalolo lukamentshisi, lufakwa engalweni bese luvimba abesifazane ekutheni bakhulelwe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.