Ezinye zezinto eziwisa 'induku'

2015-01-03 13:00
Cape Town - Ayikho into ehlubula umoya njengokuwa kwenduku usuzitshelile ukuthi uzothola. Kunezintwana abantu abangazitshela ukuthi zincane kanti ekugcineni zidala omkhulu umonakalo.

Nazi ezinye zezinto esekuqinisekisiwe ukuthi ziyiwisa bhu induku.


1. Umoya onuka kambi.

Awubekezeleleki umoya onuka kambi, abantu abaxubhe ikakhulu uma bazi ukuthi bazophefumuela ebude kwabantu. Abantu abavame nokudla ushingamu!!!!!

2. Umuntu ongakwazi ukuqabula.

Angeke ingawi induku uzothi uyaqabula umuntu akubhixe ngamathe sengathi uyakukorobha. Uma uqabula ehlisa umoya ungatatazeli, ungaxhamazeli.

3. Umculo obhedayo

Bhekisisa kahle umculo owudlalayo ngaphambi kokuqala indana yocansi.

Amanye amaculo ekumele uwagweme:

-    I-Macarena

-    ‘Don’t you wish your girlfriend was hot like me?’

-    ‘I’m a Barbie girl, in a Barbie World...’

-  'I don't ever wanna see you again'

4. Ukusuza

Noma ngabe uneme kanjani, ungadlali ngomsuzo, unuka kambi.

5. Ucingo

Ungathi unomuntu ube ulibele ucingo.

6. Izingane ezingqongqoza emnyango

Ikhona kodwa into ekhathaza njengezingane ezingqongqoza emnyango usutshelile ukuthi uyathola?



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.