I-ANC ayifani namanye amaqembu - Zuma

2015-01-10 09:09

Cape Town - UMengameli wezwe uJacob Zuma ukhulume emhlanganweni ebekukhulunywa kuwo ngokuxhaswa kweqembu elibusayo, wathi i-African National Congress, ayifani namanje amaqembu.

UZuma usho kanjena osukwini obelwandulela umgumbo weminyaka engu-103 kwasungulwa iqembu.

UMsholozi ukhulume wathi i-ANC yasungulelwa ukukhipha abantu kwingcindezelo.

"Anokhumbula ukuthi kunendoda eyafika kule ndawo ngo-1652, ogama layo nguJan van Riebeek. Ukufika kwakhe kwaba kweza nokuqala kwezinkinga," kusho uMsholozi.

UZuma ukhulume kanjena ephahlwe abantu abakhokhe isamba esingu-R3m, kuze bezohlala naye etafuleni.

"Ekufikeni kwale ndoda kwaqala umbango omude nokuxakeka kwabantu abamnyama."

UNxamalala uchaze ukuthi i-ANC yasungulelwa eMangaung, ngo-1902, inhloso yayo kungukutakula abantu.

Echaza uthe iqembu aisungulwanga kuphela abantu baseNingizimu Afrika kodwa babebambisene nabanye basemazweni angomakhelwane.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.