I-ANC eThekwini ayithi vu ngenkomfa yobuholi

2015-07-29 17:13

Durban - Ayakhula amahlebezi athi kungenzeka ibanjwe maduze inkomfa yokuqokwa kobuholi be-ANC, eThekwini, kusho umbiko wakamuva.

Imithombo ekhulume neNews24 yacela ukungadalulwa amagama, ithe udaba lwenkomfa kukhulunyiwe ngalo ngesikhathi kuhlangene isiShayamthetho.

UNobhala we-ANC esifundazweni, uSihle Zikalala, uthe ngeke aze aphawule ngokuxoxwe ngakho emhlanganweni: "Senza amalungiselelo kanti futhi sixoxisana nobuholi bukazwelonke. Usuku sizolumemezela uma sekulandelwe imigudu efanele."

OLUNYE UDABA: Ihlehlile inkomfa yokuqokwa kobuholi be-ANC

Umthombo ongaphakathi kulesi sifunda uthe iTheku selibhekwe yizwe lonke mayelana nale nkomfa.

"UNobhala we-ANC uGwede Mantashe ufuna le ngqungquthela ifike idlule, kanti kulokhu wesekwe nguBheki Cele noPaul Mashatile.

"USihlalo wenhlangano e-KZN uSenzo Mchunu uphakamise ukuthi le nkomfa ibanjwe ngempelasonto kamhlaka-15 no-16 Agasti," kunanela lo mthombo.

Le nkomfa yaphazamiseka kulandela ukuvela kwenkohlakalo nokuthi kukhona abathenga amavoti.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.