I-ANC ikhiphe R2.2m iqasha inkundla

2014-12-21 13:48

Cape Town - Iqembu likaKhongolose, i-ANC, selikhiphe imali engu-R2.2 million, ngenhloso yokuqasha inkundla iCape Town Stadium, ezobambela kuyo umgubho weminyaka engu-103, iqembu lasungulwa.

Lona ube ngumbiko weCity Press, ngeSonto.

I-ANC izokuba nomgubho womhlaka-8 Januwari, kule nkundla.

Osekomidini likaMasipala eKapa, uGarreth Bloor, uthi i-ANC iyikhiphe yonke imali ebidingeka ukuqasha inkundla.

Umasipala utshele i-ANC ukuthi ayikhokhe yonke imali kanyakanye, ingayikhiphi ingamacozu, umasipala uthi i-ANC ayinawo umlando omuhle ekukhokheni izikweletu.

Kumane kubikwa ukuthi iqembu likweleta umasipala isamba esingu-R1.5 million, okuyisikweletu seminyaka emine, kusho iphephandaba.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.