I-EFF ikhathazekile ngesababhalele uMatric

2015-01-06 12:32

Johannesburg - NgoLwesibili i-Economic Freedom Fighters izwakalise ukukhathazeka ngokwehla kwesibalo sabafundi abebenza umatikuletsheni ngo-2014.

"Sikhathazekile ngokuthi bancane abafundi ababhale amaphepha okuhlolwa kukaMatric ngo-2014 uma kuqhathaniswa no-2013 nakuba ngonyaka ka-2013 kwenziwa umgomo wokuba badluliswe abanye babafundi abafeyila uGrade 11,” kusho okhulumela leli qembu, uFana Mokoena.

Funda nalolu daba: Akuphumelelanga noyedwa kwezintathu zaseLimpopo.

"Sikhathazekile futhi ngokuthi uMalusi wathi uhlelo lonke lokuhlolwa kwabafundi lwahamba kahle nakuba sikhula esabakopelayo,” esho.

"Lokhu kuyinto ekhathazayo njengoba izwe libolile yinkohlakalo kusukela kwabasezikhundleni eziphezulu.”

Ube esekhuthaza abafundi ukuba bafune izinga lemfundo elingcono kothisha.


 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.