I-EFF iphika eyokushisa itende, igxeka imphakathi

2015-08-10 13:56

Pretoria – Iqembu le-Economic Freedom Fighters (EFF) liyakuphika ukuthi licekelephansi itende lomfundisi wezimanga, uPenuel Mnguni.

Kunalokho, ligxeka umphakathi ngalokhu okwenzekile.

Kushiswe itende okukhonzela kulona abazalwane bebandla likaMnguni eSoshanguve ngeSonto.

Funda nalolu daba: Kuboshwe owesilisa kutholakala isidumbu

Ngokusho kwe-EFF, umphakathi ubusukhathele uMnguni odlisa abazalwane izinyoka namagundane.

Okhulumela i-EFF eGauteng, uNtobeng Ntobeng, utshele iNews24 ukuthi nakuba iqembu lakhe lihole imashi ebibheke kuleli bandla, abazange bashise itende.

'Umphakathi uthe, 'Ngeke sihambe silishiye lana itende. Itende kumele lisuke,” kusho uNtobeng.

UNtobeng uthe iqembu labo libizwe ukuba lizosiza njengoba umphakathi waseSoshanguve ubusukhathele yilo mfundisi abathi unamadomoni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
3 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.