I-EFF izomangalela iWits enkantolo

2015-08-25 12:32

Johannesburg – Iqembu le-Economic Freedom Fighters lizomangalela iWitwatersrand University enkantolo kulandela ukunqatshelwa komfundi oyilungu layo kulesi sikhungo ukuba abeyingxenye yokhetho lweStudents Representative Council (SRC).

Lokhu kungemuva kokuba ubuholi baleli qembu obuholwa yiphini leqembu uFloyd Shivambu libenomhlangano nomkhandlu wesikole ngoMsombuluko, kulandela ukumiswa kwamanye amalungu ayo kanye nokuvalwa kwaleli qembu kulesi sikhungo semfundo.

Laba bafundi basolwa ngokuphazamisa inkulumo mpikiswano yokhetho.

Funda nalolu daba: Amaphoyisa abubale obesowla ngokudlwengula

Ukuvalwa kweqembu kuhoxisiwe kodwa abafundi bona basamisiwe kanjalo futhi neqembu alivumelekile ukuba libeyingxenye yokhetho.

Ibamba lokhulumela iqembu, uFana Mokoena, uthe iqembu lakhe liyajabula ngokuthi  kuhoxisiwe ukumiswa kwe-EFF kulesi sikhungo kodwa abahambisani nesinqumo sokungabuyiselwa kwamalungu ayo.

“I-EFF isithathe isinqumo sokuluyisa enkantolo lolu daba. Sizofaka amaphepha okuba kukhishwe umyalelo wokumiswa kokhetho, kubuyiselwe amalungu e-EFF.”

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.