I-video: Isimanga sendoda eyenza umsindo wezilwane

2015-06-02 16:12

Cape Town - Ilungu lomphakathi liqophe i-video yendoda egila izimanga ngokwenza umsindo wezilwane, ungaze ufunge ukuthi yiso ngemepla isilwane uma esesilingisa.

I-video yale ndoda eyenza umsindo wezilwane ifakwe kuYou Tube kanti njengamanje isibukwe ngabantu abangaphezu kuka-1 million.

Le ndoda yaseKapa ikwazi ukulingisa izilwane ezingu-11.

Abakwa-eNCA bakhulume nale ndoda bathola umlando wayo ngokulingissa izilwane.

UWilliam Jafta osedume ngelika-Animal Soundman yindoda ehlala ePaarl futhi eyazalelwa khona, kanti isineminyaka engu-20 yaziwa ngekhono layo emphakathini.

OLUNYE UDABA:Owesilisa eba inkomo ngemzuzu owodwa

"Ngiyazithanda izilwane futhi ngifuna ukukhuluma nazo ngolimi lwazo," kusho uJafta etshela abe-eNCA.

Ukufunda ukwenza umsindo wezilwane ezahlukene  kungathatha isikhathi esingangamasonto amabili kuyena.

UJafta wasungula inhlangano yokusiza izingane ezihlwempu eminyakeni embalwa eyedlule kanti usebenzisa ikhono lakhe ukuqoqa amasenti ukuze zilale zidlile lezi zingane.

Uma ufuna ukunikela ungaxhumana noJafta ku-jafta738@gmail.com  noma enombplweni ethi: 0609409805 noma uma uhlala endaweni ungafika mathuba ku-Milkytown, Ambassador street number 18, ePaarl.

Buka nasi i-video ngezansi:

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.