‘IBafana ingawudla umhlanganiso kowe-Afcon’

2015-01-07 18:38
Johannesburg - Umqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba usho ngokukhulu ukuzethemba ukuthi iqembu lakhe lingawudla umhlanganiso kowe-Africa Cup of Nations ozobanjelwa e-Equatorial Guinea.

"Sizobuya usudlaliwe owamanqamu. Sipakisha imigodla yethu ngethemba lokuthi sisekude ukubuya,” kusho uMashaba eGoli ngaphambi kokuthi ezakhe zibhekise amabombo eGabon.

"Ngo-1996 satshengisa abaningi ukuthi singakwazi ukuba ngoshampeni. Ngalesi sikwati sizama ukubuyisa lowo muzwa wokuthi singaba yizingqwele.”

OLUNYE UDABA: Bazojoyina iBafana ngoJanuwari uFurman noSerero

UMashaba uzimisele ngokubukisa nge-Algeria umdlalweni wokuvula ozoba ngomhlaka-19 Januwari.

"Wonke amaqembu ayalingana. Uma bethi siqhathwe nezingqungqulu – lokho kusenza sibe nentshisekelo kakhulu.

"Abadlali bami ngibatshelile ukuthi bangangenwa ngamanzi emadolweni futhi asikho isidingo sokuthi bazibukele phansi. Abafana bami sebemi ngomumo. Bayazi ukuthi kuchazani ukugqoka ijezi leBafana.”




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.