IBafana izimisele ngokwenza okuhlukile

2015-01-19 16:01
Johannesburg - IBafana Bafana izongena emqhudelwaneni we-Africa Cup of Nations ingenawo umlando otheni uma isigadulisana ne-Alageria kusihlwa.

La maqembu azozwana amandla eMongomo, e-Equatorial Guinea.

Abafana bakaShakes Mashaba baqokwe neGhana neSenegal kuGroup C.

OLUNYE UDABA: 'Sizilungiselele kahle ukubhekana ne-Algeria'

IBafana izimisele ngokuvula lo mqhudelwano ngokuthi inqobe uma isibhekene neDesert Warriors engunombolo 1 e-Afrika.

Leli qembu lizodlala ngaphandle kukaReneilwe Letsholonyane noMulumowandau Mathoho kulandela ukuthi bemiswe umdlalo owodwa ngemuva kokuthola amakhadi.

Yize umlando ungayivuni iBafana, leli qembu lithi lizobhukula liqinisekise ukuthi izwe liyaziqhenya ngalo.

Umdlalo uzoqala ngo-21:00.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.