IBig Nuz ezinhlelweni zokushintsha ikhava ye-CD

2015-08-23 11:34

Durban - Iqembu lekwaito, iBig Nuz, lihlalele ethembeni lokuthi umndeni welungu lalo elingasekho, uzovuma ukuthi lisebenzise isithombe sika-R Mashesha ekhaveni ye-CD yalo.

Leli qembu lomculo elizinze eThekwini lifuna ukushintsha ikhava ye-CD lifake isithombe sikaSibisuso "R Mashesha" Khomo.

Bathi lokhu bazokwenza ngoba bafuna ukumhlonipha ngale ndlela.

OLUNYE UDABA: UTzozo ulande i-Death Certificate kaR Mashesha

Konke lokhu kuncike ekutheni umndeni kaMashesha uyavuma na.

Umthombo utshele iSunday Sun ukuthi uDJ Tira nguye owenze lesi siphakamiso.

"UDJ Tira nguye ofike nalo mbono ethi kuhle ukuthi uR Mashesha ahlonishwe ngale ndlela," kuqhuba umthombo.

Ethintwa uTira uthe ucela kunikezwe umndeni isikhathi sokuzila ngaphambi kokuthi kukhulunywe ngalolu daba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.