IBoko Haram isiphinde edume ngakho eNigeria

2015-01-09 07:27

Kano - IBoko Haram icekelephansi amadolobha amancane angu-16 kanye nezindawo ezihlala abantu odlameni lwakamuva kulandela ukuba idle isikhungo samasosha esibalulekile enyakatho yezwe laseNigeria, kusho izikhulu ngoLwesine.

Kunokwesabela  ukuthi baningi abashonile kulokhu kuhlasela kwangoLwesithathu endaweni yaseBorno, ngokusho kwemithombo, kodwa abekho abazimele asebesiqinisekisile isibalo.

UMusa Bukar, oyinhloko kuhulumeni waseKukawa, uthe: "IBoko Haram ishise wonke amadolobhana, okubalwa kuwo iBaga, Doron-Baga, Mile 4, Mile 3, Kauyen Kuros kanye neBunduram."

Funda nalolu daba: Owesilisa ubulale ingwenya eyadla umkakhe okhulelwe.

U-Abubakar Gamandi, oyinhloko yenyunyana kwezokudayiswa kofishi futhi ongowaseBaga, naye ukuqinisekisile ukuhlasela, waqhuba wathi abantu ababalekile bafike bavaleleka esiqhingini saseLake Chad.

Lezi zindaba zivele ngesikhathi lapho uMengameli waseNigeria, uGoodluck Jonathan, eqalisa umkhankaso wakhe wokhetho.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.