IBucs ivule izandla ngafuna uMatlaba phesheya

2015-01-19 13:31

Johannesburg – Umqhudelwano we-2015 Africa Cup of Nation ungase uvule iminyango kubadlali beBafana Bafana abanamaphupho okudlala phesheya kwezilwandle. 

IBafana izodlala umdlalo wayo wokuqala kulo mqhudelwano ngoMsombuluko ne-Algeria e-Mongomo e-Eqautorial Guinea. 

UThabo Matlaba ungomunye wabadlali abanethemba lokuthi angase abenenhlanhla yokuheha amaqembu aphesheya kwezilwandle kulo mqhudelwano.  

OLUNYE UDABA:UMatlaba welule inkontileka yakhe neBucs

Umphathi wezindaba zikaMatlaba u-Abbie Rasimphi utshele iSoccerLaduma ukuthi i-Orlando Pirates izozivula izingxoxo uma kunamaqembu afuna lo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala phesheya kwezilwandle.  

“Uma kunamaqembu aphesheya amfunayo uMatlaba azoxoxisana noSihlalo wePirates u-Irvin Khoza.

"Uma okubekwa etafuleni kuhambisana nokufunwa yiPirates izomdedela,” esho enanela ngokuthi uKhoza uyabathanda abadlali bakhe njengoba efuna baphumelele ngaso sonke isikhathi.  



       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.