IChiefs iqinisekise eyomhlangano kaBobby noKhune

2015-07-28 11:35

Cape Town – Iqembu elibe ngoshampeni be-Absa Premiership iKaizer Chiefs liqinisekise ukuthi  isikhulu uBobby Motaung uhlanganile nabadlali ababili abangenazinkontileka u-Itumeleng Khune noMandla Masango.

Ngokubika kweSport24 kuningi osekuke kwabikwa okuthinta laba badlali kanti ngemuva kwalo mhlangano ziyaqina ezithi bangase bakhuze ibuye kuleli qembu laseNaturena. 

Leli qembu lidalule ukuthi laba badlali bahlanganile noMotaung ngoLwesihlanu “kanti kulindeleke ukuthi babambe umhlangano olandelayo kuleli sonto”.

OLUNYE UDABA:Angikaze ngiphumule eminyakeni emibili - OweBucs

Kudalula leli qembu enkundleni yalo yokuxhumana iTwitter ngemuva kokuba omunye wabalandeli ebuze mayelana nalaba badlali.

Bobabili uKhune noMasango bashiya iChiefs ngoJuni ngemuva kokungavumelani ezingxoxweni zokuvuselela kwezinkontileka ezintsha.

Umbiko oputshuke izolo ngoMsombuluko uveze ukuthi uKhune uchithe isiphakamiso sokujoyina iqembu laseDenmark.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.